

I-Somaliland ixosha bonke abokufika ezweni
Isithombe: Sithunyelwe I-Somaliland iyalele bonke abantu bangaphandle abangenazo izincwadi zokuthi baphume ezweni zingakapheli izinsuku eziyishumi. Lo myalelo umenyezelwa e-Hargeisa onguNgqongqoshe Wezangaphakathi Nezokuphepha kwezwe, u-Abdirashid Mohamed Ahmed (Magaalo). Izikhulu zithe noma ngubani ongenayo imvume yokuhlala ngokusemthethweni noma ukugunyazwa okusemthethweni kokuhlala kufanele ahambe noma aqondise isimo sakhe ngaphambi komnqamulajuqu. Izinhlaka zezokuphepha z


Kuboshwe owaseNingizimu Afrika ngokushushumbisa I-Heroin eThailand
Isithombe: Sithunyelwe Amaphoyisa abheka izimpahla ase-Thailand, abophe indoda yaseNingizimu Afrika e-Suvarnabhumi Airport ngokuzama ukushushumbisa i-heroin engu-17.5kg ebifihliwe emasakeni ekhofi netiye eliluhlaza. Umsolwa ubesuka eKuala Lumpur, eMalaysia, edlula eThailand, eya eMadagascar ngesikhathi izikhulu zibamba izidakamizwa. I-heroin inenani elilinganiselwa ku-7.3 million baht eThailand kanye ne-22.75 million baht, ukube ifike lapho iya khona. Umsolwa ubhekene namacal




















